Le nkampani iphinde futhi yanikela ngamathangu amanzi awu-25 emphakathini owadingayo, ithangu ngalinye elingamalitha awu-5 000, anikezela ngamanzi ahlanzekile ezikoleni nasemphakathini. Ithangu ...
Lo somabhizinisi uqokwe ngabakwaSportswire njengoRoy Moodley, umholi we-African Movement Congress futhi engumngani omkhulu ...
Kwenzeka lokhu nje, abadlali be-AM bayaqhubeka nokuziqeqesha futhi bayayithola imiholo yabo njengoba injalo. NgoLwesine, leli qembu lidlale umdlalo wobungani neDitlou FC eyibamba kwiKZN ABC Motsepe ...
INHLOSO yethu wukuqhubeka sitshale uthando lwezesayensi ebantwini ikakhulu ezinganeni ezifunda ezikoleni zasemakhaya ngoba sinenkolelo yokuthi ulwazi lwesayensi lungenye yezinto ezingasiza abantu ...
IFNB Varsity College izolwela ukukhuphukela esigabeni esiphezulu, iVarsity Cup, emdlalweno wokugcina weVarsity Shield neFNB ...
Akakutholi ukuphumula kubalandeli bakaSweet Guluva uSomizi Mhlongo njengoba belokhu bemkhumbuze njalo ngokunqoba kwakhe iBig ...
UDeli uthe ubonga kakhulu abamxhasile kanye nalabo ebebezitshela ukuthi uyabaqola ekubeni eyomela iNingizimu Afrika kulo mqhudelwano wezindondo.
Uveze ukuthi konke usekushiyela kubalandeli bakhe okuyibona abazomtshela ukuthi alwenze usuku lwesibili noma cha.
Lisazoqhubeka nokugqunywa ezitokisini ikhansela lakuMasipala waseMsunduzi eliboshelwe icala lokuhluba ngesibhakela ilungu ...
IBafana Bafana iguqise iBenin ngo 2-0 emdlalweni wokuhlungela iNdebe yoMhlaba eeStade Felix Houphouet-Boingy, e-Ivory Coast, ngoLwesibili ebusuku ...
UMashatile usho njalo ekhuluma emcimbini wokugubha usuku lokuqwashisa ngalesi sifo emhlabeni jikelele i-World TB Day, obuseGamalakhe, ePort Shepstone, ogwini oluseningizimu yeKwaZulu-Natal, lapho ...
Kuqubuke ukukhathazeka ngokuthi ngabe azoba nemali eyenele amaposi uma sekumele kuholwe izibonelelo ngenyanga ezayo ...